Chuyển đến thông tin sản phẩm
1 trong số 1

Jonathan Ball

Iphupho Lomdansi we-Bhaleyi nguMichaela noElaine DePrince (isiZulu)

Iphupho Lomdansi we-Bhaleyi nguMichaela noElaine DePrince (isiZulu)

Giá thông thường MRP. 120.00
Giá thông thường Giá ưu đãi MRP. 120.00
Giảm giá Đã bán hết

'Ngelinye ilanga elinomoya, iphepha likamagazini lapheshulwa ngumoya lehlisa umgwaqo phamb kwesango. Ngelula isandla ngalithatha. Isithombe esihle sowesifazane sasisoqwembeni lomagazini. Wayegqoke ilokwana elifishanyana ebukhwebezane elalivulekile lenza isiyingi esimzungezile. Wayebukeka ejabule kakhulu.'

Eneminyaka amithathu, uMichaela DePrince wathola isithombe somdansi we-bhaleyi esasizoguqula ukuphila kwakhe unomphelo. Ngaleyonkathi wayehlala endaweni ezintandaneni e-Sierra Leone, kodwa maduzane watholwa umndeni othile wayiswa eMelika.

Nakuba ekuqaleni wayengazi ukuthi i-bhaleyi iyini akasikhohlwanga isithombe somdansi we-bhaleyi ake wasibona. Wayefisa ukujabula njengalomdansi. Lapho umama owamtholayo ebona ukuzimisela kwakhe nge-bhaleyi, waqalisa ukumyisa ezifundweni ze-bhaleyi. Selokhu adansa kusuka lapho kuze kube manje.

UMichaela waqokwa njengomdansi osemqoka omncane kunabo bonke ku-Dance Theater yase-Harlem. Manje udansa ne-Nhà hát Ballet Quốc gia Hà Lan, inkampani ephezulu ye-bhaleyi yasemandulo.

UMichaela waba ngumlingisi oyinhloko ku-Vị trí đầu tiên, idokhumentari eyawina umklomelo. Usebonakale kaningi kuthelevishini kuhlanganise i-Dancing with the Stars ne-BBC News.

Ngo-2015, uhlelo lwethelevishini yase-Hollandi lwenza ukuthi uMichaela abonane okokuqala no-Magali Messac, umdansi we-bhaleyi owayesesithombeni.


Tác giả Michaela và Elaine DePrince
ISBN 9780571329731
Fromat Bìa mềm
Trang 57p.

Xem toàn bộ chi tiết

Talk about your brand

Share information about your brand with your customers. Describe a product, make announcements, or welcome customers to your store.