Loading size chart...
Booksite Afrika
Couldn't load pickup availability
Katinga isiZulu edition
“Kwake kwaba khona intombazanyana encane enenhliziyo enkulu ngangegama layo, uKantiga. Kodwa uKantiga wayengalithandi igama lakhe.” Ekuzwa lokhu, ugogo wakhe umxoxela inganekwane yomndeni yokhamba olunomlingo olwalubukeka lungenamsebenzi ngoba lwabe lunofa futhi lwephukile. Sifunda ukuthi kwenzeka kanjani ukuba lesi sici silwenze lube ngokungaphezulu kokuba ngoluphelele.
Landela le ndaba emnandi, egcwele imibala kanye nobunganekwane, lapho uKantiga ezama ukuthola igama elifanele kuthi ekulolu hambo afunde kakhudlwana ngokuthi ungubani nokuthi uvelaphi.
Share

Talk about your brand
Share information about your brand with your customers. Describe a product, make announcements, or welcome customers to your store.