Skip to product information
1 of 1

Protea Distribution

UkuThintana by CGM Mackenzie

UkuThintana by CGM Mackenzie

Regular price MRP. 150.00
Regular price Sale price MRP. 150.00
Sale Sold out
Ezalelwa emHlabeni lapho kungekho ubumnandi, kungenamibala, kungavunyelwe umehluko, kuphathwa luHlelo noLimi lwalo olulodwa, uZilimi ubizelwe ukuthatha indlela ehlukile - indlela eya ekudingisweni nasempini yekusasa labantu bonke. Kodwa uZilimi akayedwa: amaPhimbo answempu ayamsiza kuzo zonke izinkimbinkimbi zendlela ayikhethile. UZilimi unamandla anele, aphinde ahlakaniphe ngokwanele, ukuze akhethe ikusasa lethu sonke? Kanti yini okuxhumanisa izidalwa ezimangalisayo zesiGungu sabaNyukile, esihlangene endeni yomKhathikazi, nomntwana wasemHlabeni oneminyaka eyishumi nanye? Kuyosuka-sukela...
View full details