{"product_id":"iphupho-lomdansi-we-bhaleyi","title":"Iphupho Lomdansi we-Bhaleyi nguMichaela noElaine DePrince (isiZulu)","description":"\u003cmeta charset=\"utf-8\"\u003e\n\n\u003cp\u003e \u003cspan\u003e'Ngelinye ilanga elinomoya, iphepha likamagazini lapheshulwa ngumoya lehlisa umgwaqo phamb kwesango. Ngelula isandla ngalithatha. Isithombe esihle sowesifazane sasisoqwembeni lomagazini. Wayegqoke ilokwana elifishanyana ebukhwebezane elalivulekile lenza isiyingi esimzungezile. Wayebukeka ejabule kakhulu.'\u003c\/span\u003e\u003cbr\u003e\u003cbr\u003e \u003cspan\u003eEneminyaka amithathu, uMichaela DePrince wathola isithombe somdansi we-bhaleyi esasizoguqula ukuphila kwakhe unomphelo. Ngaleyonkathi wayehlala endaweni ezintandaneni e-Sierra Leone, kodwa maduzane watholwa umndeni othile wayiswa eMelika.\u003c\/span\u003e\u003cbr\u003e\u003cbr\u003e \u003cspan\u003eNakuba ekuqaleni wayengazi ukuthi i-bhaleyi iyini akasikhohlwanga isithombe somdansi we-bhaleyi ake wasibona. Wayefisa ukujabula njengalomdansi. Lapho umama owamtholayo ebona ukuzimisela kwakhe nge-bhaleyi, waqalisa ukumyisa ezifundweni ze-bhaleyi. Selokhu adansa kusuka lapho kuze kube manje.\u003c\/span\u003e\u003cbr\u003e \u003cbr\u003e\u003cspan\u003eUMichaela waqokwa njengomdansi osemqoka omncane kunabo bonke ku-Dance Theater yase-Harlem. Manje udansa ne-Nhà hát Ballet Quốc gia Hà Lan, inkampani ephezulu ye-bhaleyi yasemandulo.\u003c\/span\u003e\u003cbr\u003e\u003cbr\u003e \u003cspan\u003eUMichaela waba ngumlingisi oyinhloko ku-Vị trí đầu tiên, idokhumentari eyawina umklomelo. Usebonakale kaningi kuthelevishini kuhlanganise i-Dancing with the Stars ne-BBC News.\u003c\/span\u003e\u003cbr\u003e\u003cbr\u003e \u003cspan\u003eNgo-2015, uhlelo lwethelevishini yase-Hollandi lwenza ukuthi uMichaela abonane okokuqala no-Magali Messac, umdansi we-bhaleyi owayesesithombeni.\u003c\/span\u003e\u003cbr\u003e\u003cbr\u003e\u003cbr\u003e Tác giả Michaela và Elaine DePrince\u003cbr\u003e ISBN 9780571329731\u003cbr\u003e Fromat Bìa mềm\u003cbr\u003e Trang 57p.\u003c\/p\u003e","brand":"Jonathan Ball","offers":[{"title":"Default Title","offer_id":39308270960725,"sku":"9781868428267","price":120.0,"currency_code":"INR","in_stock":true}],"thumbnail_url":"\/\/cdn.shopify.com\/s\/files\/1\/0105\/0053\/8453\/products\/Iphupho_lomdansi_c36ca175-77f2-4849-a17a-e67429708180.jpg?v=1617199924","url":"https:\/\/vikas-test.myshopify.com\/vi\/products\/iphupho-lomdansi-we-bhaleyi","provider":"Vikas Test","version":"1.0","type":"link"}