{"product_id":"iphupha-likathixo","title":"Iphupho Likankulunkulu Isizulu của Desmond Tutu","description":"\u003cp\u003e Ngamazwi amnene nagcwele inhlakanipho uDesmond Tutu owawina iNobel Peace Prize ukhuluma ngamazwi amnene nagcwele inhlakanipho, nezingane yonke indawo ngomyalezo okhuthazayo wothando nokuxolelana.\u003c\/p\u003e\n\n\u003cp\u003e \u003cem\u003e“Mntwana othandekayo kaNkulunkulu, uphupha ngani emaphusheni akho amnandi? Ngabe uphupha undizela phezulu emafini noma ngothingo lwenkosazane olufinyelela phezulu esibhakabhakeni?”\u003c\/em\u003e\u003c\/p\u003e\n\n \u003cp\u003e\u003cstrong\u003eUmbhishobhi UDesmond Tutu\u003c\/strong\u003e\u003cspan\u003e \u003c\/span\u003ewaklonyeliswa ngendondo yoxolo eyaziwa ngokuthi i-Nobel Peace Prize ngo-1984 ngokuzinikela kwakhe ukulwela inkululeko, ubulungiswa kanye noxolo ezweni lakhe lokuzalwa eNingizimu Afrika. Wake wasebenza njengoMbhishobhi wase-Cape Town, eNingizimu Afrika kusukela ngo-1986 kuya ku-1996. Ngo-1995, uNelson Mandela owayenguMongameli wezwe laseNingizimu Afrika, wamcela ukuba aphathe uhlelo lwekhomishana eyaziwa ngokuthi i-Ủy ban Sự thật và Hòa giải, olwaphenduka lwaba uphawu lokuxolelana nokuhlalisana kwabantu bonke bezwe laseNingizimu Afrika. uMbhishobhi uTutu ungusihlalo wenhlangano Yabantu Abadala, okuyinhlangano yabaholi bamazwe omhlaba wonke, kanye nabalwela uxolo namalungelo abantu abanikezwe umsebenzi wokusiza ukuqeda izimpi nokuxazulula izinkinga zamazwe omhlaba onke (www.TheElders.org). Bao gồm asanda ukuyibhala ibizwa ngokuthi\u003cspan\u003e \u003c\/span\u003e\u003cem\u003eChúa có một giấc mơ: Một tầm nhìn về niềm hy vọng cho thời đại chúng ta\u003c\/em\u003e . Usaqhubeka nokudlala indawo ephambili ukugqugquzela uxolo nokuxolelana kwamazwe. Umbhishobhi uhlala eNingizimu Afrika nenkosikazi yakhe uLeah, banezingane ezine kanye nabazukulu abayisikhombisa.\u003c\/p\u003e\n\n \u003cp\u003e\u003cstrong\u003eUDouglas Carlton Abrams\u003c\/strong\u003e\u003cspan\u003e \u003c\/span\u003eubhale noMbhishobhi uDesmond Tutu bao gồm ethi\u003cspan\u003e \u003c\/span\u003e\u003cem\u003eChúa có một giấc mơ: Một tầm nhìn về niềm hy vọng cho thời đại chúng ta\u003c\/em\u003e . Izincwadi zakhe eziningi zihunyushelwe ezilimini ezingaphezulu kwamadazini amabili. Ungumsunguli we-Idea Architects, okuyi-ejensi yokukhulisa izincwadi nemidiya esebenzisana nababhali abaneso elibukhali lokubhala izincwadi ezikhuthaza umhlaba ogcwele inhlakanipho noxolo. uDouglas Carlton Abrams uhlala eCalifornia nonkosikazi wakhe nezingane zabo ezintathu.\u003c\/p\u003e\n\n \u003cp\u003e\u003cstrong\u003eULe Uyên Pham\u003c\/strong\u003e\u003cspan\u003e \u003c\/span\u003eungumbali nomdwebi wezithombe ze \u003cem\u003eBig Sister, Little Sister\u003c\/em\u003e\u003cspan\u003e \u003c\/span\u003ekanti futhi udwebe izithombe zezincwadi zezingane eziningi kanye nencwadi i- \u003cem\u003eDâu tây tàn nhang\u003c\/em\u003e\u003cspan\u003e \u003c\/span\u003ebạn nguJullianne Moore. ULeUyen Pham uma ekhuluma nge \u003cem\u003ePhupho LikaNkulunkulu\u003c\/em\u003e\u003cspan\u003e \u003c\/span\u003euthi: “Ukuba yingxenye yale ncwadi, ephethe umyalezo woxolo, kube yinto ebalulekile kakhulu kumina uma ngikhumbula ukuthi ngashiya iViệt Nam eyayihlakazwe yizimpi ngesikhathi sokuhlulwa kweSaigon nginonyaka owodwa ngizelwe. Indodana yami izalwe ngesikhathi sokubhalwa kwale ncwad, lokhu kunikeza umyalezo wethemba nothando ngokuphelele.” ULeUyen Pham uhlala futhi usebenza eSan Francisco nomyeni nendodana yakhe.\u003c\/p\u003e","brand":"Booksite Afrika","offers":[{"title":"Default Title","offer_id":39308227739733,"sku":"9781770096936","price":120.0,"currency_code":"INR","in_stock":true}],"thumbnail_url":"\/\/cdn.shopify.com\/s\/files\/1\/0105\/0053\/8453\/products\/0_6fd27a58-7fe2-47ed-b5d2-fe5ad56612a4.jpg?v=1617198434","url":"https:\/\/vikas-test.myshopify.com\/vi\/products\/iphupha-likathixo","provider":"Vikas Test","version":"1.0","type":"link"}